Wabathatha, wabawelisa emfuleni, wakuwelisa nalokho anakho.
Njengokhozi olu nyakazisa isidleke salo , lubhakuza phezu kwamazinyane alo, wawelula amaphiko akhe, wabathatha, wabathwala ngezimpaphe zakhe.
UNebuzaradani induna yabalindi wabathatha , wabayisa enkosini yaseBabele eRibila.
U-Ebedi Meleki wabathatha abantu , wahamba nabo, waya endlini yenkosi phansi kwendlu yengcebo , wakhipha khona amadlephudlephu amadala namanikiniki abolileyo, wawehlisela kuJeremiya emgodini ngezintambo.
UNebuzaradani, induna yabalindi , wabathatha, wabayisa enkosini yaseBabele eRibila.
Abaphostoli sebebuyile ba mlandisa konke abakwenzileyo ; wabathatha, wamuka nabo bebodwa ukuya emzini othiwa iBetsayida.
Wabathatha ngaso leso sikhathi sasebusuku , wabageza imivimbo , wabhapathizwa khona lapho, yena nabo bonke abakhe,