3 occurrences in ZUL
Ngokuba njengomzimba umunye , kepha unezitho eziningi , nezitho zonke zomzimba, nokuba ziziningi, zingumzimba munye, unjalo-ke noKristu.
Kanti ngempela lezo zitho zomzimba ezingathi zibuthakathaka kunezinye ziyadingeka;
nalezo zitho zomzimba ezingathi zidelelekile kunezinye , yizona esizazisa kakhulu; nalezo esinamahloni ngazo zihlonipheka kakhulu.