Izinkanyezi zokuhwelela kwabo maziphenduke ubumnyama ; mabulinde ukukhanya kungabikho, bungaboni izinkophe zokusa,
lapho izinkanyezi zokusa zahlabelela kanyekanye , nawo onke amadodana kaNkulunkulu ajabula, na?
Ukuthimula kwakhe kubengezela ngokukhanya ; amehlo akhe anjengezinkophe zokusa.