Skip to Content

"yompheme"

3 occurrences in ZUL

Kepha isikhulu , siyisikhulu, siyakuhlala kulo , sidle phambi kukaJehova ; siyakungena ngendlela yompheme wesango, siphume ngendlela yawo futhi.

Isikhulu siyakungen a ngendlela yompheme wesango ngaphandle , sime ngasensikeni yesango , abapristi balungise umnikelo waso wokushiswa neminikelo yaso yokuthula , sikhuleke ngasembundwini wesango ; bese siphuma, kepha isango aliyikuvalwa kuze kube kusihlwa.

Lapho isikhulu singena , siyakungena ngendlela yompheme wesango , siphume futhi ngendlela yawo.