Ungambuli ubunqunu bukadadewabo kayihlo; uyisihlobo sikayihlo.
Ungambuli ubunqunu bukadadewabo kanyoko , ngokuba uyisihlobo sikanyoko.
UNawomi wathi kumalokazana wakhe : Makabusiswe nguJehova ongayekanga umusa wakhe kwabaphilileyo nakwabafileyo . UNawomi wathi kuye: Lowo muntu uyisihlobo sethu, ungowabahlengi bethu.
Angithi uBowazi owawunamantombazana akhe uyisihlobo sethu na ? Bheka, uyela ibhali kusihlwa esibuyeni.