Ngafunga kanye ubungcwele bami, angiyikuqamba amanga kuDavide.
Ukufakaza kwakho kuqinisekile kakhulu . Ubungcwele buyifanele indlu yakho, Jehova, kuze kube phakade.
Khulekani kuJehova , nihlobe ubungcwele ; thuthumela ebusweni bakhe , mhlaba wonke.
INkosi uJehova ifungile ubungcwele bay o ukuthi: Bhekani, izinsuku ziyakunehlela lapho niyaku suswa ngezingwegwe , nabaseleyo kini ngezindobo.
Lokhu sinalezo zithembiso , bathandwa, masizihlambulule ekungcoleni konke kwenyama nokomoya , siphelelise ubungcwele ngokumesaba uNkulunkulu.
Ngokuba bona kambe basilaya izinsukwana njengokubona kwabo , kepha yena kube yinsizakalo, size sithole ukuhlanganyela ubungcwele bakhe.