Skip to Content

"nabangcwele"

9 occurrences in ZUL

Bheka, nabangcwele bakhe akabethembi , nezulu alihlambulukile emehlweni akhe;

Ngisabheka, lolo phondo lwalwa nabangcwele, lwabahlula,

hlanganyelani nabangcwele ekusweleni kwabo , nikhuthalele ukungenisa izihambi.

Ngakho aniseyibo abafokazi nezihambi , kodwa senim buso munye nabangcwele, ningabendlu kaNkulunkulu,

nibe namandla oku qonda kanye nabangcwele bonke okungububanzi , nobude, nokuphakama, nokujula,

ukuze iqi nise izinhliziyo zenu , zingabi nakusoleka ebungcweleni phambi kukaNkulunkulu noBaba wethu ekufikeni kweNkosi yethu uJesu kanye nabangcwele bakhe bonke.

U-Enoke ongowesikhombisa kusukela ku-Adamu waprofetha ngabo, wathi: Bheka, iNkosi iyakufika nabangcwele bayo abayizigidigidi,

nezizwe zazinolaka , kepha kwafika ulaka lwakho , nesikhathi sokwahlulelwa kwabafileyo , nokunika umvuzo izinceku zakho , abaprofethi nabangcwele nabesabayo igama lakho , abancane nabakhulu , nokubhubhisa ababhubhisa umhlaba.

Sanikwa ukuba silwe nabangcwele , sibanqobe; sanikwa futhi amandla phezu kwemindeni yonke, nabantu, nezilimi, nezizwe.