Skip to Content

"izikhukhula"

5 occurrences in ZUL

Ngokuba amaza okufa angihaqa; izikhukhula zokona zangethusa.

Izintambo zokufa zangizungelezela, izikhukhula zokona zangethusa.

Ndodana yomuntu, yenza isililiselo ngoFaro inkosi yaseGibithe , uthi kuye: Wazifanisa nebhongo lengonyama phakathi kwezizwe , kepha unjengodrako elwandle, lapho ufohlela emifudlaneni yakho , unyakazisa amanzi ngasezinyaweni zakho, udunga izikhukhula zawo.

Layithela imvula , kwafika izikhukhula , kwavunguza imimoy a, yayishaya leyo ndlu; kepha kayiwanga, ngokuba yayisekelwe yidwala.

Layithela imvula , kwafika izikhukhula , kwavunguza imimoya , yayishaya leyo ndlu, yawa, kwaba kukhulu ukuwa kwayo!