Kepha izikhulu zabantwana bakwa-Amoni zathi kuHanuni inkosi yazo: Imbala ngokubona kwakho uDavide uthume abaduduzi kuwe ukuba atuse uyihlo na? UDavide akazithumanga yini izinceku zakhe kuwe ukuba ziphenye umuzi, ziwuhlole, ziwuchithe, na?
Kepha izikhulu zabantwana bakwa -Amoni zathi kuHanuni : Imbala ngokubona kwakho u thume abaduduzi kuwe ukuba atuse uyihlo na ? Azifikanga yini izinceku zakhe kuwe ukuba ziphenye umuzi , ziwuchithe, ziwuhlole, na?
Kuyakuthi bonke abakubonayo bakubalekele , bathi: INineve lichithekile , ngubani oyakulililela na? Ngiyakukufunelaphi abaduduzi na?